UQamata Uya Kumemulo
  UQamata Uya Kumemulo
Titolo UQamata Uya Kumemulo
AutoreNgcobo Nompumelelo; Xulu Bonisiwe
Prezzo€ 6,49
EditoreNompumelelo Ngcobo
LinguaTesto in
FormatoDRMFREE

Descrizione
UQamata Uya kuMemulo inganekwane ethinta inhliziyo yezingane; esazisa ngohambo lukaQamata, intombazanyana eneminyaka eyisithupha, ebona futhi efunda ngomkhosi obalulekile wesintu -uMemulo. Le ncwadi igcwele imifanekiso emibalabala. Inikeza izingane ithuba lokujwayela ukugubha amasiko esintu uQamata Uya kuMemulo uyincwadi egqugquzela ukuzazi, ukuziqhenya ngamasiko, nokubaluleka kokuhlonipha izinkolelo nezindlela ezivela kudala. Lolu hambo lukaQamata luzogqugquzela zonke izingane ukuthi zilandele izimpande zazo futhi ziqonde ukubaluleka kwesiko lobuZulu.